Sidinga amagoli - RDS

2012-12-13 12:05

Johannesburg - Uma i-Orlando Pirates ifuna ukuvala igebe elivulwe yizimbangi zayo iKaizer Chiefs, kumele iqinise phambili ngasemapalini, kusho umqeqeshi wayo uRoger de Sa.

IPirates ilandela ngemuva kweChiefs, ngamaphuzu amathathu, ngoLwesihlanu izodlala neMaritzburg United, ePort Elizabeth.

“Lo mdlalo uzoba nzima, kumele sishaye amagoli,” kusho uDe Sa.

“Emidlalweni emibili esisanda kuba nayo, sishaye igoli elilodwa, silahle amathuba amaningi.”

Inhlanhla yePirates yagcina ukubonakala ngoNovemba, ngesikhathi ivalela amagoli ayishumi, emidlalweni emine.

U-RDS uthi bavuleke amehlo ngemuva komdlalo obubhekwe ngabombu phakathi kweBhakabhaka namaGlamour Boys.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

IChiefs isisayinise uCastro

2017-12-16 18:01
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-22°C Mostly sunny. Mild. Pta: 16-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 15-29°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 19-27°C Drizzle. Morning clouds. Warm.
Dbn: 20-28°C Drizzle. Afternoon clouds. Warm. PE: 18-20°C Showers late. Decreasing cloudiness. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...