Sesiyilungele i-Afcon - Mbalula

2013-01-10 07:25

Johannesburg - INingizimu Afrika isimi ngomumo ukuthi ingasingatha imidlalo ye-Africa Cup of Nations (Afcon), kusho uNgqongqoshe woMnyango wezemiDlalo uFikile Mbalula.

"Sesikulungele ukuthi singasingatha imidlalo. Siyizwe elilithandayo ibhola, ngisho ngabe kuthiwa imidlalo iqala kusasa, singayibamba ibambeke," kusho uMbalula njengoba ekade ekhuluma kusele izinsuku eziyishumi kuqale imidlalo.

IBafana Bafana izoqala umshikashika wayo neCape Verde, eNational Stadium (FNB Stadium), eGoli, bese idlula idlale neMorocco ne-Angola, okungamaqembu afalwe nayo kuGroup A.

UMbalula unxuse abathandi bebhola ukuthi baphume ngobuningi babo bahambele imidlalo.

"Abantu kumele bathenge amathikithi bahambele imidlalo bayokweseka iqembu lesizwe."




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

UDunga usegxeke uNeymar

Emizuzwini eyi-20 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-19°C Sunny. Mild. Pta: 9-19°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 6-15°C Sunny. Cool. Bloem: 2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-22°C Sunny. Mild. PE: 10-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...