Sekuyathembisa ngoBenni

2012-11-06 10:00
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Umgadli we-Orlando Pirates uBenni McCarthy ufake igoli ngesikhathi ezakhe zidlala owobungani ne-University of Pretoria ngoMgqibelo nokubonakala kunikeza ithemba ngesimo sakhe, kubika iSoccer Laduma.

Lo mdlali ubengasabonakali enkundleni kulandela ukulimala kwakhe ngesikhathi iBafana Bafana ibhekene neBrazil, kodwa manje kubukeka sengathi usekulungele ukuqokelwa esikwatini sePirates ngaphansi komqeqeshi uRoger de Sa.

Lo mdlali osahamba phambili ngamagoli awafaka kuBafana Bafana kusalindeleke ukuba adlale ngaphansi kwesandla sikaDe Sa, kanti kulindeleke abonakale uma ezakhe sezibhekene neMamelodi Sundowns kuleli sonto.

UMcCarthy udlale ibhola elincomekayo ngesizini eyedlule.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

UMahamutsa uthembisa abalandeli

Emizuzwini eyi-23 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Mostly sunny. Mild. Pta: 11-25°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 11-19°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Bloem: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 16-22°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 13-16°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...