OweWits uyayethemba iPirates

2015-10-02 12:32

Johannesburg - Owayengumdlali we-Orlando Pirates, uDaine Klate, utshele iKickOff.com ukuthi iBhakabhaka lisethubeni elihle lokushaya i-Al Ahly ngoMgqibelo bese lifinyelela kowamanqamu eCAF Confederation Cup ka-2015.

Lo mdlali oneminyaka engu-30 ubudala wayeyingxenye yeqembu lePirates eladlala ne-Al Ahly kowamanqamu eCAF Champions League ngo-2013.

IPirates yashaywa ngo-3-1 kowamanqamu ngemuva kwemilenze emibili.

Funda nalolu daba: 'Kumele anconywe uTinkler ngomsebenzi wakhe'

Kodwa lomdlali weBidvest Wits uthe kuningi osekushintshile kusukela ngaleso sikhathi, ikakhulukazi abadlali beqembu laseGibhithe.

Kanti futhi ubona sengathi iPirates ingakwazi ukuziphendiselela.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 21-28°C Showers early. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 18-26°C Drizzle. Morning clouds. Warm. Bloem: 18-28°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 22-27°C a mixture of sun and clouds. Warm. PE: 18-24°C Rain early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...