Nobani angawudla umhlanganiso kuPSL - Johnson

2012-11-26 10:00
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Umqeqeshi wePlatinum Stars uCavin Johson uthi umjaho wezinkunzi zePremiership usavuleke kunoma yiliphi iqembu njengamanje.

NgoMgqibelo iDikwena iphule irekhodi lokungashaywa leKaizer Chiefs, ngesikhathi iyithela induku ka 2-0, enkundleni yezemidlalo iRoyal Bafokeng.

UJohnson uthi noma yiliphi iqembu lisemathubeni okudla umhlanganiso wokuba yizinkunzi zePSL.

"Okwamanje kusafana nogingqigongqo, kuse ongaphansi ongaphezulu, kuyashintshwashintshwana," esho etshela abeKickOff.com.

"ISwallows iqale kahle iwina imidlalo emihlanu, njengmanje kudlala kahle iMaritzburg United, iTuks nayo ayizibekile phansi. Ikhombisa elikhuli isasasa njengoba ingomakoti kuPSL."

“Kuyayibhedela iSuperSport United kodwa asangaguquka amatafula."

UJohnson uthi iqembu lakhe lizimisele ukudlala imidlalo ejabulisayo.

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Ngeke abonakale uMusona

2014-04-23 14:02
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Sunny. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-17°C Sunny. Mild. Bloem: 7-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 15-22°C Widely scattered tstorms. Broken clouds. Cool. PE: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...