Ngizolithatha ithuba lami – Ntshumayelo

2012-02-14 16:24

Johannesburg – Abadlali be-Orlando Pirates abasha, uThabo Matlaba kanye noThandani Ntshumayelo bayajabula ngokuthola ithuba lokudlala umdlalo wabo wokuqala, kubika iKickOff.com ngoLwesibili.

UMatlaba usethubeni elihla lokuwuqala umdlalo beBlack Leopards e-Orlando Stadium njengoba odlala emuva, uRuben Cloete umisiwe.

No-Oupa Manyisa umisiwe, futhi lokhu kungavulela uNtshumayelo isikhala esiswini.

"Yonke into ihamba kahle kusukela ngajoyina iPirates," ushilo uNtshumayelo. "Ngithole ithuba lokudlala imidlalo yobungane, futhi ngicabanga ukuthi ngenza kahle.

"Angazi ukuthi ngozolithola ithuba lokudlala kusasa, kodwa uma ngiyalithola, ngizolibamba ngazo zombili izandla.

"Ngiyazi ukuthi iqembu lidlala kahle, futhi banqobe imiqhudelwano, futhi angeke bakwazi ukushitsha nje, kodwa ngizolilindela ithuba lami," ushilo.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 15-30°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-24°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 12-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-21°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-21°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...