Ngiyazethemba ezami - Marques

2013-02-26 15:57

Johannesburg - Umqeqeshi weMoroka Swallows uZeca Marques  uthi uyazethemba ezakhe njengoba zizobhekana ne-Orlando Pirates, ngoLwesibili ebusuku (namhlanje), nokho uthi uyazi ukuthi umdlalo angeke ube lula.

Izinyoni neBhakabhaka bakhishwe kowendebe yeNedbank, ngempelasonto, uMarques uthi sebebheke indebe yePremiership.

“Siyayihlonipha indebe yeNedbank, besifuna ukudlala kahle okungenani sibe nendebe eyodwa kwisizini, sesisalelwe ukwenza kahle kweyeligi."

“Angiyikhumbuli iPirates ishaywa imidlalo ilandelana, ngiyazi bazokhipha amangwevu namhlanje ebusuku," kusho uMarques.

ISwallows izodlala ngaphandle kukaGeorgi Nergadze, olimale iqembu lidlala neSuperSport.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).




NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Decreasing cloudiness. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Heavy rain. Morning clouds. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. Broken clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-18°C Numerous showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...