Ngiyabathemba abakuleli - Motlanthe

2012-08-03 16:18
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Iphini likaMengameli wezwe uKgalema Motlanthe uthe ukholwa wukuthi ziningi izindondo ezizoqoqwa ngabadlali baseNingizimu Afrika abahambele eLondon, emdlalweni yama-Olympic.

UMotlanthe ubekhuluma eMontecasino, eGoli, la khona encome ukwenza kwabakuleli.

“Ngiyabethemba abakuleli ukuthi bazoqhubeka benze kahle.”

Khonamanjalo amaphoyisa aseBrithani athi bane abantu asebeboshiwe kusukela kuqale umqhudelwano wama-Olympics.

UFlorian Flesche, 25, waseFrance, waboshwa ngeSonto, omunye oneminyaka engu-45 ubudala naye waboshwa ngeSonto.

NgoLwesibili kwaboshwa indoda eneminyaka engu-50 ubudala, mayelana necala lokweba kanti uPetras Lescinskas, 36, uvele ngaphambi kwenkantolo ngoLwesihlanu, mayelana necala lokuphula umthetho obekelwe umphakathi.


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-20°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Sunny. Mild. Bloem: 4-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-28°C Sunny. Warm. PE: 14-22°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...