Ngiwulindele owangempelasonto - Larsen

2012-12-07 14:41

Johannebsurg - Njengoba abaningi bethamunda ngomdlalo womkhaya baseSoweto, umqeqeshi weBloemfontein Celtic uClinton Larsen uthi nowomkhaya baseFree State uzoba nomuzwa ofanayo.

Lo uzoba phakathi kwePhunya Sele Sele neFree State Stars.

"Kuhlezi kuyimpi uma kuhlangana la maqembu," kusho uLarsen ngaphambi komdlalo wangeSonto ePhuthaditjhaba.

ICeltic, nelele endaweni yesishiyagalombili ohlwini lwePremiership ngemuva kwemidlalo engu-13, izimisele ngokuqhubeka la igcine khona ngesikhathi inqoba iTelkom Knockout ngesonto eledlule ngesikhathi ihlula iMamelodi Sundowns ngo 1-0 eThekwini.

"Wonke umuntu ulindele ukusithobisa kulandela iTelkom Knockout, ngakho sifuna ukubabonisa into yamehlo," kusho uLarsen.

"Ngeke senze njengamanye amaqembu ngaphambilini, sinqobe kuthi umdlalo olandelayo sihlulwe kuwo."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Zikhonjwa eTurkey izethenjwa zeKhosi

Emizuzwini eyi-35 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Rain showers. Decreasing cloudiness. Cool. Pta: 12-27°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 11-22°C High level clouds. Mild. Bloem: 6-16°C Morning clouds. Refreshingly cool.
Dbn: 17-22°C Showery. Mostly cloudy. Cool. PE: 8-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...