Ngeke siyinike thuba iPirates - Shabba

2012-12-04 12:38
Yabelani Shicilela

Johannesburg - USiphiwe Tshabalala uthi umdlalo womkhaya baseSoweto yiwona obaluleke kakhulu, njengoba iKaizer Chiefs ne-Orlando Pirates belwela ukuba sesicongweni sePremiership.

AmaKhosi namaBhakabhaka bazogadulisana eSoccer City ngoMgqibelo.

U'Shabba' ekhuluma nephephabhuku leKickOff.com, uthe iya ngokukhula ingcindezi njengoba lo mdlalo usondela nje.

"Ngaphambi komdlalo kuba khona izingxoxo eziningi ngawo kumabonakude nasemisakazweni, sifunda ngayo yonke indawo. Simiswa ngisho abalandeli emigwaqeni bethi 'sicela ningasiphoxi'.

"Njengabadlali zonke lezi zinto zisenza sifune ukudlala ngokukhulu ukuzimisela - ngeke zikwazi nje ukuhlulwa."



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-21°C Sunny. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-17°C Sunny. Mild. Bloem: 7-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 15-22°C Widely scattered tstorms. Broken clouds. Cool. PE: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...