Ngeke sisabathenga abadlali - Baxter

2013-01-21 14:03

Johannesburg - Bazojabha abalandeli beKaizer Chiefs abebelindele ukuthi kuthengwe abanye abadlali njengoba umqeqeshi uStuart Baxter eveze ukuthi abazimisele ngokuthenga, kubika iKickOff.com.

AmaKhosi ahlukana nezindodla ngesikhathi ethenga abadlali abafana no-Erick Mathoho, Morgan Gould noSiyabonga Nkosi ngaphambi kokuqala kwesizini, kanti uBaxter uthi ujabule ngabadlali anabo okwamanje.

- News24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Morning clouds. Mild. Pta: 18-25°C Passing showers. Partly sunny. Mild.
Jhb: 15-20°C Showery. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 16-19°C Heavy rain. Decreasing cloudiness. Mild.
Dbn: 20-21°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool. PE: 17-23°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...