Ngeke ngililahle ithemba - Baffour

2012-11-01 10:27

Johannesburg - Umdlali weMamelodi Sundowns u-Emmanuel Baffour uthe uzokulwela ukuthola indawo isikhathi esithe xaxa uma iqembu lakhe lidlala, kusho umbiko weKickOff.com.

Lo mdlali odabuka eGhana wasayina inkontileka yeminyaka emibili naleli qembu ngaphambi kokuqala kwesizini, wacacisa ukuthi uzoba nenselelo yokuthola ijezi.

UBaffour, 23, akalilahlile ithemba ngokuthi uzogcina esitholile isikhathi sokudlala.

"Ngijabule kuleli qembu, okusele kimina ukuthi ngizibonakalise, ngingafikeli ubala kwelinye izwe."

"Ithuba lami lokuqala leli ngidlala ngaphandle kweGhana futhi ngiyazi izinto zizohamba kahle," ephetha.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 19-33°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-26°C High level clouds. Warm. Bloem: 12-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-20°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...