Lenze into yamehlo iBhakabhaka

2012-11-22 07:28

Johannesburg - I-Orlando Pirates eZimnyama ngenkani zilobole ngo 4-0 iBlack Leopards ebibhekene nayo ngoLwesithathu ebusuku ePolokwane.

Unozinti weLeopards u-Azwindini Maphaha ubhekane nomunzima kusanda kubuywa ekhefini ngesikhathi u-Oupa Manyisa, elivalela phakathi ngomzuzu ka-14, kwathi kusaphele imizuzu engu-12 uDaine Klate naye walishaya kwabhakuza inethi.

UCollins Mbesuma, naye uthe angeke uphele umdlalo engaphumanga nelakhe.

UHappy Jele ongene umdlalo uvele usushisa ufake elakhe sekusele imizuzu eyishumi kuphela kuphele umdlalo.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. More clouds than sun. Pleasantly warm.
Dbn: 17-18°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...