Kuwahambela kahle Amajita koweCommonwealth Cup

2015-01-22 09:32

Johannesburg - Amajita ashaye iRussia ngo-2-0 koweCommonwealth Cup ngoLwesithathu ebusuku adlulela kowandulela owamanqamu.

IRussia ibidlala ibhola elihle ibukeka njengeqembu elingase lifake igoli ngesiwombe sokuqala, kodwa uDumisane Msibi ubesefomini enhle eqenjini leNingizimu Afrika, evimba wonke amabhola abeshayelwa wona.

Ngemuva kokuphela kwesiwombe sokuqala kungekho ofuna ukugoba uphondo, iNingizimu Afrika ibuye kwangathi ithelwe ngezibonkolo ngesiwombe sesibili.

Funda nalolu daba: AmaZulu azimisele ngokuphendula amatafula - Barker.

Amajita ahambe phambili ngesikhathi uPule Maraisane engena enza umehluko enkundleni, njengoba eshaye igoli kusaphele imizuzu emibili vo kuqale isiwombe sesibili, kibika iKickOff.com.

Ngemuva kwemizuzu eyisikhombisa iNingizimu Afika ivalele elesibili, elishaywe uSiphelele Luthuli.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-19°C Sunny. Mild. Pta: 17-30°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 15-25°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 15-26°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Dbn: 20-28°C Decreasing cloudiness. Warm. PE: 16-25°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...