Kusahamba kahle nge-Afcon - Mbalula

2013-01-31 14:02
Yabelani Shicilela

Johannesburg - UNgqongqoshe wezemiDlalo uFikile Mbalula uthi elakuleli lisasemgqeni futhi lenza umsebenzi omuhle njengoba lisingethe imidlalo ye-Africa Cup of Nations (Afcon), esho ngoLwesine.

"Isahamba kahle kakhulu imidlalo ye-Afcon okwamanje," kusho uMbalula eGoli.

Isigaba samaqoqo siphele ngoLwesithathu.

"Kusukela le midlalo iqalile, linyuke kakhulu inani labantu abahambela ezinkundleni. Sihleli siphuma phambili ekusingatheni imicimbi kanti nabalandeli baziphethe kahle kakhulu."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Afternoon clouds. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-19°C Sunny. Mild. Bloem: 7-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-27°C Sunny. Pleasantly warm. PE: 12-24°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...