Kukhuthazwa imfundo kwezebhola

2013-01-22 14:06

Johannesburg - ISouth African Football Players Union (Safpu) isigqugquzele amalungu ayo ukuba abuyele esikoleni ukuze kuthi uma sekuphela ngawo ebholeni akwazi ukuqhubeka nempilo.

“Sifisa sengathi wonke amalungu ethu ano-matric angabhalisela ukuqhuba izifundo zawo,” kuqhuba isitatimende.

“Ngisho nalabo abangakawuqedi u-matric kungakuhle ukuthi benze isiqiniseko sokuthi bayawuphothula. Abadlali bangabantu izwe elibukela kubo kanti lokhu kungasiza nomphakathi ukuthi ubone ukubaluleka kwemfundo."

ISafpu inezezele ngokuthi ifuna amalungu ukuthi abe ngabantu abaqotho nabasizayo emnothweni wakuleli uma sebeyekile ukudlala, nokungaqala ngesisekelo semfundo.

“Imfundo yabadlali ibalulekile ezinhlelweni zeSafpu,” kuphetha iSafpu.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. More clouds than sun. Pleasantly warm.
Dbn: 17-18°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...