Kuboshwe umdlali weSuperSport

2012-10-24 16:13

Johannesburg - Ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela umdlali weSuperSport United, ngemuva kokubanjwa eshayela imoto ngesivinini esiphezulu emgwaqeni uR21, kusho amaphoyisa eGauteng.

Okhulumela amaphoyisa uBusaphi Nxumalo, uthe umdlali oneminyaka engu-23 ubudala, ubanjwe ngasemajikeni aseNellmapius, elibhekise eTembisa.

Ubehamba ngesivinini esingu-184km/h.

Umdlali utshele amaphoyisa ukuthi kushone ugogo wakhe, nokho lokhu akuqinisekiswanga.

Udedelwe ngebheyili ka-R1000 kanti uzobuyela ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseTembisa maduzane, ubhekene necala lokushayela budedengu nokushayela ngesivinini esiphezulu.
 


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

UMashaba enkingeni yozovala esikaMeyiwa

Emizuzwini eyi-54 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 17-29°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Showery. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-24°C Heavy rain. Broken clouds. Mild.
Dbn: 18-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 15-20°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...