Isiphinde yahlangana imihlathi eyazanayo kuPirates

2012-09-20 10:02
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Isikhulu se-Orlando Pirates u-Irvin Khoza usekuqinisekisile ukuqokwa kuka-Eric Tinkler yileli qembu njengomelekeleli kamqeqeshi uRoger de Sa, kubika iKickOff.com.

UTinkler usezophinde asebenzisane noDe Sa, njengoba bebevele besebenza ndawonye kuBidvest Wits.

"Ngingakuqinisekisa impela ukuthi u-Eric uzoba ngumsizi kamqeqeshi. Ngicelwe uDe Sa ekutheni angathanda ukusebenzisana no-Eric.

"Ngibe sengixoxisana noSihlalo weWits uBrian Joffe, nobe esevuma ukudedela u-Eric ukuba azojoyina iPirates. SineWits solokhu sasebenzisana kusuka kudala, kanti ngithanda ukubonga uJoffe ngokungihlonipha esicelweni sami," kusho uKhoza.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C Sunny. Mild. Pta: 9-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-16°C Morning clouds. Cool. Bloem: 7-20°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 15-25°C Sunny. Mild. PE: 14-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...