Isililo ngabadlali bebhola abashonile

2012-11-12 07:55
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Kushone abadlali bebhola abane ngesikhathi itekisi abebehamba ngayo itholana phezulu neveni emgwaqeni uR71 ngasePolokwane, kusho uMnyango wezokuThutha eLimpopo.

Okhulumela uMnyango uKagiso Motone uthe laba abane bebeyingxenye yabangu-25 abebehamba ngetekisi ngesikhathi kuvela le ngozi.

“Akucaci kahle ukuthi le ngozi yenzeke kanjani," esho.

Okhulumela amaphoyisa uBrigadier Hangwani Mulaudzi uthe abadlali, nabangabePolokwane City Football Club, bebesuka e-Oscar Mphetha Stadium nalapho bebedlala khona ne-F.C.A.K.

IPolokwane City ibiyaziwa ngeBay United ngaphambilini.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 17-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-19°C Showers late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...