Iphoxile iBafana

2013-01-09 07:17

Cape Town - Iqembu lesizwe iBafana Bafana lishaywe ngelilodwa eqandeni, lishwaywa yiNorway ebigijinyelwa ngabafana abancane abanesipiliyoni esingatheni.

Umdlalo ububanjelwe eCape Town Stadium, ngoLwesibili ebusuku.

Abafana bomqeqeshi uGordon Igesund bebelokhu bewuphethe umdlalo nokho belahla amathuba.

Unozinti weBafana u-Itumeleng Khune ubepholile epalini lakhe, ungafunga uthi uyingxenye yezibukeli zomdlalo, nokho kuphenduke amatafula kwakanye ngesikhathi iNorway ithola ithuba, iligalela phakathi.

Igoli lishaywe ngukaputeni weqemu uTarik Elyounoussi.

 


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Pta: 11-31°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 14-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-28°C High level clouds. Warm. PE: 16-23°C Light rain late. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...