Ikusasa leBafana lihle: Pitso

2011-08-12 12:40

Johannesburg – Umqeqeshi weBafana Bafana, uPitso Mosimane uthi ikisasa leqembu lesizwe libukeka lilihle emuva kokubona uThulani Serero noDaylon Claasen bedlala kahle emdlalweni neBurkina Faso ngoLwesithathu, kubika iFootball365.co.za.

Njengoba abadlali abafana noSteven Pienaar noReneilwe Letsholonyane bebelimele, uMosimane uthole ithuba lokudlalisa abadlali abasemncane.

Abanye abadlale kahle u-Andile Jali noThanduyise Khuboni.

UMosimane ulungisela iqembu elingadlala kwiNdebe Yomhlaba ka-2014 ezobajelwa eBrazil.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

IZinyoni zifake iChiefs amabhuleki

Emizuzwini eyi-6 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Rain showers. High level clouds. Warm.
Jhb: 12-25°C Numerous showers. High level clouds. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...