Ibhantshi ligcwale umoya kuMayongo

2012-11-30 10:32

Durban - AmaZulu adabule inkontileka yomdlali wasemuva uMxolisi Mayongo kulandela ukuthi ephambane nemigomo yayo inkontileka, ngokombiko weqembu, kubika iKickOff.com.

"Inkontileka kaMxolisi Mayongo naMaZulu isiphelile ngemuva kokuqondiswa izigwegwe emahhovisi eqembu aseDurban North ngoLwesine, nalapho etholakale khona enecala lokuphambana nemigomo abekelwe yona njengomdlali," kusho isitatimende seqembu.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 6-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 6-25°C Sunny. Mild. Bloem: 4-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 14-31°C Sunny. Pleasantly warm. PE: 11-31°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...