IZambia iqophe umlando ongemuhle

2013-01-30 10:02

Rustenburg - IZambia izofulathela iNingizimu Afrika kuleli sonto njengesizwe esibe ngoshampeni isikhathi esincane kunabo bonke abake baba khona e-Afrika.

Lokhu kuyize ngisho le midlalo ibanjwe ngemuva konyaka nje vo inqobe i-Equatorial Guinea neGabon.

Ngaphambi kokudlala ngokulingana ngo 0-0 neBurkina Faso ngoLwesibili eNelspruit nokuholele ekutheni iphume kulo mqhudelwano, umqeqeshi uHerve Renard uvikele ukaputeni uChristopher Katongo.

URenard uthe kubuhlungu ukuthi ezakhe ziphume ngale ndlela, zingasalitholanga ithuba lokuvikela isicoco salo.

Kungokokuqala ukuthi izingqwele zinganqobi emidlalweni yamaqoqo kule midlalo kusukela ngo-1992.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa-DPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Sunny. Mild. Pta: 2-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-15°C Sunny. Cool. Bloem: 0-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 9-23°C Sunny. Mild. PE: 8-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...