IZambia iqophe umlando ngokuthatha ese-Afcon

2012-02-13 07:23

Johannesburg - Emuva komdlalo obuvutha bhe noholele kuma-penalty, iChipolopolo ikwazile ukuguqisa iCote d'Ivoire ngo 8-7 kowamanqamu we-2012 Africa Cup of Nations, kubika iKickOff.com.

Bekuseyiqanda ngapha nangale emuva kokudlala imizuzu engu-120.

IZambia ikwazile ukuhlonipha isikhumbuzo sabadlali abashona ngenhlekelele yango-1993 ngokuba ngoshampeni balo mncintiswano okokuqala ngqa solokhu waqala.

Bekungangatshazwa ukuthi iCote d'Ivoire ibiyizintandokazi kulo mdlalo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Ubonga izitobha onyomfe iPirates

Emizuzwini eyi-26 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-18°C Sunny. Mild. Pta: 11-29°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 7-23°C Sunny. Mild. Bloem: 0-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-20°C More sun than clouds. Cool. PE: 13-17°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...