ISupersport iyingozi - Dlamini

2012-05-03 14:06
Yabelani Shicilela

Durban - Umdlali wamaZulu u-Ayanda Dlamini uthi ukholwa wukuthi ukuma ndawonye kweSuperSport United embangweni weligi kuzonika leli qembu ilukuluku lokwenza kangcono kakhulu emdlalweni wendebe yeNedbank, uma zitholana phezulu ngeSonto.

ISupersport iphuyukwe yithuba lokuba ngompetha beligi ngesikhathi iqunjwa phansi yi-Orlando Pirates emdlalweni wangoLwesibili owaphela ngo 2-1.

“Ngiwabona engekho amathuba okuthi banqobe iligi,” kusho uDlamini.

“Abazokwenza manje ukulwela indebe yeNedbank ngoba kuyona asakhona amathuba, ngibona ukuthi bazosinika inkinga uma sesibhekene ngeSonto."


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- SAPA

Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C More sun than clouds. Mild. Pta: 9-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Sunny. Mild. Bloem: 4-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-26°C Sunny. Mild. PE: 16-21°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...