ISupersport isivivele oweNedbank

2012-04-10 12:02
Yabelani Shicilela

Pretoria - Umgadli weSuperSport United uSibusiso Zuma uthi iqembu lakhe selilindele noma yini kodwa wathi manje babheke ngqo umdlalo weNedbank Cup lapho bezobe bebhekene neJomo Cosmos ozoba sePolokwane ngeSonto.

"Sizilungiselela umdlalo ngamunye manje," kusho uZuma ngoLwesibili.

"Asikhathazekile ngokuthi simi kuphi ohlwini lweligi njengoba imiqondo yethu ihlezi emdlalweni wethu neCosmos."

ISuperSport ilele endaweni yesihlanu ohlwini lweligi, njengoba iCosmos ilengelwa yizembe nje.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 9-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 18-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-19°C Showers late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...