ISafa imise uNematandani

2012-12-17 13:32
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Elakuleli lixoshe lowo ongumengameli wenhlangano eyongamele ezebhola lezinyawo nezikhulu ezine kulandela ukuphuma kwemibiko yokuthi kwaba nomkhonyovu wokuphekwa kwemidlalo ngaphambi kweNdebe yoMhlaba ka-2010, kusho iSouth African Football Association.

Umengameli weSafa uKirsten Nematandani nezikhulu ezine, okubalwa nalowo osanda kuqokwa njengeChief Executive Officer uDennis Mumble, bamisiwe emsebenzini kulandela ukuputshuka kwemibiko yokuthi baba nesandla ekuphekweni kwemidlalo emine eyadlalwa yiBafana Bafana.

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-21°C High level clouds. Mild. Pta: 8-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 4-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 14-23°C Morning clouds. Mild. PE: 11-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...