IPirates yenze ebikufisa

2012-12-20 10:41

Durban - Amagoli kaDaine Klate noHappy Jele asize i-Orlando Pirates yavalela ikhefu ngegiya eliphezulu njengoba ikwazile ukunciphisa igebe eliphakathi kwayo neKaizer Chiefs ngesikhathi iguqisa iGolden Arrows ngo 2-0 eThekwini ngoLwesithathu, kubika iSowetan.

I-Arrows ibonakale idlala ibhola elingelihle kulo mdlalo obubanjelwe eMoses Mabhida Stadium njengoba abafana bakaRoger de Sa, bebebukeka begcwele ukuzethemba.

IPirates isihlezi phezu kwamaphuzu angu-34, njengoba isezithendeni zeChiefs yona enangu-35.

Abafana Bes’thende sebehlulwe kayisikhombisa kule sizini.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-19°C Morning clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 7-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-30°C Mostly sunny. Warm. PE: 13-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...