IPirates iyizintandokazi kowe-TKO - Myeni

2011-12-07 07:20

Johannesburg - USifiso Myeni uthi ulindele umdlalo onzima uma ezakhe iBidvest Wits sezibhekene ne-Orlando Pirates kowamanqamu kuTelkom knockout Cup eMoses Mabhida Stadium, kubika iKickOff.com.

IWits yashaya iPirates ngo 3-1 koweligi ngenyanga eyedlule, kodwa uMyeni uthi ngeke bathembele kulokho.

UMyeni, 23, uthe njengoba iPirates izobe igabe ngabo bonke abadlali bayo abamqoka, lokho kuzokwenza izinto zithi ukuba nqala.

Ngesikhathi amaBhakabhaka eshaywa yiWits abadlali ababengekho ngoBenni McCarthy, Lucky Lekgwathi, Andile Jali, Daine Klate noRuben Cloete.

“Ngiyaluzwa udumo lukaBenni McCarthy. Siyezwa ukuthi udlala kahle kakhulu," kusho uMyeni.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Sunny. Mild. Pta: 17-30°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Passing showers. More sun than clouds. Mild. Bloem: 15-21°C Rain showers. Mostly cloudy. Mild.
Dbn: 18-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 16-20°C Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...