IPirates iphenya ngabazehlisa iminyaka

2012-05-18 07:33

Johannesburg - USihlalo we-Orlando Pirates u-Irvin Khoza usedalule ukuthi kunophenyo lwangaphakathi oluqhubekayo kulandela izinsolo zokuthi kukhona abazehlisa iminyaka, kubika iKickOff.com.

Lokhu kuthiwa ngumkhuba odla lubi kubadlali abasafufusa.

Ukuphumelela kwamaqembu amancane kuPirates kule minyaka edlule kuphelezelwa yizinsolo zokuthi kunabadlali abazehlisa iminyaka.

UKhoza uzwakalise ukukhathazeka wavuma futhi ukuthi lolu khondolo luyinsakavukela emazingeni aphansi ebhola kulona lonke leli lase-Afrika.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Mostly sunny. Mild. Pta: 11-24°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 9-20°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 7-23°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 17-25°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-27°C Morning clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...