'IPirates ingase iphendule amatafula'

2012-10-31 14:56
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Umqeqeshi we-Orlando Pirates uRoger de Sa ukholelwa ekutheni iqembu lakhe lingase lenze into yamehlo eBloemfontein liqhubekele phambili koweTelkom Knockout Cup, kubika iKickOff.com.

Njengoba bezohlangana neBloemfontein Celtic eFree State Stadium ngeSonto, amaBhakabhaka azi kahle kamhlophe ukuthi awanawo umlando omuhle wamagoli kuleli dolobha.

IPirates yagcina ukuwina kulawa magceke ngesizini ka-2008/09.

“Kuhleli kushubile uma sihlangana neCeltic,” kusho uDe Sa.

"AmaTuks awinile khona kuleya ndawo ngeSonto kanti nabo kube yinhlanhla yabo. Sahlulwa thina siyodlala khona, kodwa ngiyathemba manje ukuthi sizozimisela."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-24°C Sunny. Mild. Pta: 12-24°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 10-20°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 8-23°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 15-25°C Sunny. Mild. PE: 14-26°C Morning clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...