IPirates ayivumanga ukudedela uNdulula

2012-01-27 08:09

Johannesburg – I-Orlando Pirates ayivumanga ukudedela umdlali wabo, uBongani Ndulula obefunwa yiWesterlo yaseBelgium, kubika iSoccer Laduma.

Leliya qembu belifuna ukutsheleka lo mdlali abadlalele izinyanga eziyisithupha, futhi bamunikeze inkontilaka emuva kwalokho.

"IWesterlo ibifuna lo mdlali, kodwa abavumanga ngoba bafuna ukugcina bonke abadlali babo phambili kwe-African Champions League," kusho umthombo.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. More clouds than sun. Pleasantly warm.
Dbn: 17-18°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...