INigeria inyukile ezibalweni ze-FIFA

2013-02-14 14:02

Zurich - Ompetha bakamuva bebhola lezinyawo e-Afrika, okuyiNigeria, sebenyukele kunombolo-22 ezibalweni ze-FIFA nezioholwa phezulu ngompetha bomhlaba iSpain.

INigeria inyuke ngemuva kokushaya iBurkina Faso, kowamanqamu we-2013 African Cup of Nations, obubanjelwe kuleli laseNingizumu Afrika.

IBurkina Faso yona inyukele kunombolo-37 isuka ku-nombolo-55.

Kuze kube manje iSpain besingakaguquki endaweni yaso, ngenhla kweJalimane ne-Argentina, bese endaweni yesine kuba yiNgilandi.

INgilandi inyuke ngemuva komdlalo wayo neBrazil, ekunombolo-18, iNtaliyane yehlele kunombolo-5.

I-Ivory Coast isalokhu iwahola phezulu amazwe ase-Afrika, njengoba ilele emdaweni yeshumi nambili.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-24°C Sunny. Mild. Pta: 16-31°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 16-28°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Dbn: 15-24°C Showers late. More clouds than sun. Mild. PE: 13-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...