IGhana isiwatholile amabhonasi

2013-01-29 16:38

Port Elizabeth - Umdlali nomdlali weqembu lesizwe eGhana, usegixabezwe ngo- $35,000 (26,012 euros), ngemuva kokuthi iqembu likwaze ukudlulela kowamaQuarter-Final e-2013 Africa Cup of Nations.

Lokhu kuvezwe yizikhulu ngoLwesibili.

"Sebenikiwe amabhonasi," kuqinisekisa imanenja yeqembu u-Emmanuel Kyeremeh.

"Ukube behlulekile ukudlulela phambili, bebengeke bathole lutho,” eqhubeka.

IGhana isiyanqoba lo mqhudelwano kwaze kwaba kane, kumanje inamaphuzu ayisikhombisa kuGroup B kanti ikanye neMali, enamaphuzu amane.

AmaBlack Stars azobhekana neCape Verde, ngoMgqibelo eNelson Mandela Bay Stadium.
 


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-19°C Sunny. Mild. Pta: 9-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-15°C Sunny. Cool. Bloem: 2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-22°C Mostly sunny. Mild. PE: 9-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...