IFIFA imise umengameli wayo nowe-UEFA

2015-10-08 14:30

Canton of Bern - Ikomidi lokuziphatha kwiFIFA selimise umengameli uSepp Blatter, unobhala jikelele uJerome Valcke kanye nomengameli we-UEFA uMichel Platini izinsuku ezingu-90, ngokusho kwesitatimende.

Leli komidi liphinde lamisa obengenele ukhetho lwesikamengameli weFIFA uChung Mong-iminyaka eyisithupha.

Funda nalolu daba: Siyabakweleta abalandeli - OweBafana

Ummeli waseSwitzerland uvule uphenyo ngezinsolo zokuthi uBlatter wasayina inkontileka engayifanele inhlangano yebhola lezinyawo waphinde wangathembeka ngemali eyakhokhelwa uPlatini, naye othintekayo enkohlakalweni yeFifa.

Uphenyo ngoJoseph S. Blatter lwengamelwe uRobert Torres, uphenyo ngoMichel Platini lwenganyelwe uVanessa Allard.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 21-28°C Showers early. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 18-26°C Drizzle. Morning clouds. Warm. Bloem: 18-28°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 22-27°C a mixture of sun and clouds. Warm. PE: 18-24°C Rain early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...