IChiefs izabalazile esicongweni

2012-12-19 07:47

Johannesburg - IKaizer Chiefs ibukeka ingeke inyakaziseke kalula esicongweni kulandela ukushaya aMaZulu ngo 2-0 emdlalweni wePremiership obubanjelwe eSoccer City ngoLwesibili ebusuku, kubika iKickOff.com.

UMatthew Rusike noBernard Parker yibo abafake amagoli nokufakele aMaZulu, nasemsileni weligi, ingcindezi eningi.

USuthu lugadle kwaphuka zona izinduku ngesikhathi lungakwazi ukuthola ipali kuze kube umdlalo uyagoqwa.

Umqeqeshi weChiefs uStuart Baxter uke waphawula ngaphambi komdlalo ukuthi abadlali bakhe kuzomele bazimisele ngoba unesiqinisekiso sokuthi uSuthu nalo lulambele amaphuzu.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Partly cloudy. Mild. Pta: 10-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 6-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-20°C Decreasing cloudiness. Cool. PE: 13-19°C Scattered showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...