IChiefs isisayinise uManqele

2015-08-28 12:29

Johannesburg – IKaizer Chiefs isisayinise umdlali omusha, u-Edward Manqele, esuka kuChippa United, ngokusho kombiko wakamuva.

ISiya crew yiyo ebike kuqala ukuthi umqeqeshi weChiefs, uSteve Komphela, ubelokhu egaqele uManqele ukuba azonezezela isibalo sabagadli kuMakhosi.

OLUNYE UDABA: Ngifuna ukuyiphinda iPirates - Manqele

Umthombo osondelene nalo mdlali nala maqembu womabili udalule ukuthi uManqele usekuphothule konke njengoba esengumdlali weChiefs.

“U-Edward Manqele usejoyine iChiefs, amahlebezi athi usayine inkontileka yeminyaka emibili. Kuthiwa lesi sinqumo senziwe ngoLwesine,” kuqhuba umthombo.

- News 24

Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 17-27°C Heavy rain. Morning clouds. Warm.
Jhb: 14-21°C Heavy rain. Decreasing cloudiness. Mild. Bloem: 9-27°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-22°C Rain late. Mostly cloudy. Cool. PE: 12-19°C a few showers. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...