IBurkina Faso izibeke emlandweni

2013-02-07 07:36

Nelspruit - IBurkina Faso idlulele kowamanqamu ku-African Nations Cup okokuqala ngqa, igudluza labo aseke baba ngoshampeni amahlandla amane, iGhana, eMbombela Stadium, eNelspruit ngoLwesithathu ebusuku.

UMubarak Wakaso ufake igoli, nebeliyi-penalty, nelibeke iGhana phamabili zisuka amadaka nje kulo mdlalo.

U-Aristide Bance ufake elokulinganisa leBurkina Faso, nokudale ukuthi lo mdlalo uye esikhathini esengeziwe.

IBurkina Faso ikwazile ukunqoba ngo 3-2 kuma-penalty, ikhipha iqembu ebeliyizithenjwa kulo mqhudelwano.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-17°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. Pta: 3-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-19°C Sunny. Mild. Bloem: 2-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-24°C Sunny. Mild. PE: 9-26°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...