IBafana inyukile ohlwini lweFifa

2012-05-09 14:44

Johannesburg - Iqembu lesizwe kuleli iBafana Bafana inyuke izikhawu ezine ohlwini lweFifa lwakamuva njengoba isimi kunombolo 67, kusho umbiko ngoLwesithathu.

IBafana, engakaze idlale mdlalo kusukela yadlala ngokulingana kungenamagoli neSenegal eThekwini ngoFebhuwari, inyukile isuka kunombolo 71 ngo-Ephreli.

Iphinde yanyuka kanye yaba ngaphezu kweGuinea, yaba ngunombolo 14 emaqenjini ase-Afrika.

Njengoba ingakaze iwine emidlalweni eyisithupha yokugcina, iBafana izobhekana ne-Ethiopia emdlalweni wokuhlungelwa eyeNdebe yoMhlaba eRustenburg ngoJuni 3.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Akazikhukhumezi uZwane

2014-10-01 11:04
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C Mostly sunny. Mild. Pta: 10-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 6-20°C Sunny. Mild. Bloem: 5-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-21°C Showers late. Morning clouds. Cool. PE: 12-19°C Rain showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...