IBafana ingase ihloniphe uStander - Nematandani

2013-01-07 13:01

Cape Town - Umengameli weSouth African Football Association (Safa) uKirsten Nematandani ngoMsombuluko utshele abezindaba ze-Eyewitness News, wathi iBafana Bafana kungenzeka ihloniphe uBurry Stander emdlalweni wayo wobungani neNorway.

Umdlalo uzoba seCape Town Stadium ngoLwesibili, uStander washona ngemuva kokushayiswa yitekisi eShelly Beach ngoLwesine.

UNematandani uthe uzodinginga lolu daba uma eseseKapa, wathi useke wakhuluma nomqeqeshi uGordon Igesund nezinye izikhulu.

“Ubengumdlali osezingeni ezweni lethu, kuhle ukuba noma yiliphi iqembu limhloniphe. Ngizolukhuluma ngaloludaba neqembu eKapa. Ungomunuye waseNingizimu Afrika osenze saziqhenya eminyakeni eyedlule.”

Abomdlalo wamabhayisikile ezweni lonke bamkhumbulile uBurry ngempelasonto.







 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).



- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C Mostly sunny. Mild. Pta: 15-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 15-31°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 12-23°C Afternoon clouds. Mild. PE: 16-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...