I-PSL ayeneme ngomqeqeshi weWits

2012-11-27 12:02
Yabelani Shicilela

Johannesburg - I-PSL ihlela ukuthathela umqeqeshi weBidvest Wits u-Antonio Lopez Habas izinyathelo ngokunqaba ukubamba isithangami sabezindaba kulandela ukushaywa kweqembu lakhe ngo 2-0 yi-Orlando Pirates ngoMgqibelo.

Ngokwemigomo ye-PSL, abaqeqeshi kumele banikeze izintatheli isikhathi sokuhlonywa imibuzo ngemuva komdlalo, kanti bangase bajeze uma behluleka ukwenza njalo.

UHabas – nowagxeka unompempe ngesikhathi ezakhe zidlala nePirates – wanqaba ukuhambela isithangami sabezindaba futhi wangasibeka isizathu.

Imenenja yezokuxhumana ku-PSL uConnie Motshumi utshele iKickOff.com ukuthi bazolusukumela lolu daba.

"Sifake umbiko ngesenzo sikaHabas, sekusemahlombe ommeli ukuthi uzombeka yini lo mqeqeshi amacala."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Afternoon clouds. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-19°C Sunny. Mild. Bloem: 7-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-27°C Sunny. Pleasantly warm. PE: 12-24°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...