I-Bucs isayine okhulele kwiChiefs

2014-09-07 09:17

Johannesburg – Iqembu eligijima kwi-Absa Premiership i-Orlando Pirates selisayine umdlali waseswini owayedlala kuMajimbos neRose United uBamose Gololo. 

Ngokubika kwe-SoccerLaduma uGololo uqale ukuadlala kumabanga aphansi eKaizer Chiefs kanti ubalwa njengabanye ababadlali baseswini abanekhono elehlukile kwazise uyakwazi nokudlala emuva. 

OLUNYE UDABA: I-PSL income i-Orlando Pirates

Lo mdlali oneminyaka engu-25 ubudala ngesizini edlule ubegijima kwiRoses United esigabeni se-NFD kanti uke wadlala nabadlali okubalwa kubo uMark Van Heerden, Mkhanyiseli Siwahlam Bongane Twala noTlou Molekwane. 

UGololo usohliwni lwabadlali ababhalisiwe kwi-Orlando Pirates kanti maningi amathuba okuthi angase abonakale ngeSonto uma leli qembu selibhekene neKe Yona Team.


   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

    - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-19°C Sunny. Mild. Pta: 16-27°C Morning clouds. Warm.
Jhb: 14-23°C Rain early. Morning clouds. Mild. Bloem: 12-27°C Rain late. More sun than clouds. Warm.
Dbn: 16-25°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-22°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...