I-Ajax iqinisekise ngokubuya kukaKhenyeza

2013-01-31 10:03

Cape Town -  Iqembu i-Ajax Cape Town seliqinisekise ngokubuya kukaMabhuti Khenyeza kanye noLance Davids, kubika iKickOff.com.

Ama-Urban Warriors aveze nezindaba ngo-Abia Nale, obolekiswe yiKaizer Chiefs, izinyanga eziyisithupha.

UDavids yena wadlalela i-Ajax phakathi kuka-2009/10, washaya amagoli amahlanu emidlalweni engu-24.

Njengoba ejoyina iqembu ubuya kwi-Lierse SK, yaseBelgium, nebimshikishisa ibhentshi.

UKhenyeza yena wake wabonakala eqenjini phakathi kuka-2008/09, kanti washiya i-Ajax engumshayi magoli ohamba phambili eqenjini.

Ubuyela kwi-Ajax nje, uphambana noBradley Grobler yena ozoya eqenjini iSupersport United.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Ukhala ngoBacela uVV

Emizuzwini eyi-52 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Scattered showers. Morning clouds. Mild. Pta: 16-24°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 13-19°C Showery. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 15-24°C Numerous showers. Partly sunny. Mild.
Dbn: 19-29°C Tstorms late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-23°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...