Ezimnandi kakhulu ngo-petrol kwabagudle ugu

2015-01-30 17:33

Cape Town – Zizokwehla ngo-93 cents ilitha zombili izinhlobo zikaphethiloli ngesonto elizayo, kusho uMnyango wezaMandla ngoLwesihlanu.

Ezinye zezizathu zokuthi ulokhu uqhubeke njalo nokwehla uphethiloli, ukuncipha kwamanani kawoyela ongahluziwe.

OLUNYE UDABA: Ungase wehle uphethiloli

Lokhu kwehla kwamanani kukaphethiloli kulandela okunye ngenyanga kaJanuwari, lapho ehla khona ngo-R1.23 no-R1.27 cents ilitha ngokuhlukana kwezinhlobo.

Ukwehla kwamanani kwakamuva kusho ukuthi abashayeli abagudle ugu kuleli bazokhokha u-R9.85 ngelitha kaphethiloli.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Finance24

Phawula kulolu daba
2 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-26°C Sunny. Mild. Pta: 18-26°C Rain early. Morning clouds. Warm.
Jhb: 16-21°C Showers early. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 16-28°C Sunny. Warm.
Dbn: 22-28°C Sprinkles. Morning clouds. Warm. PE: 19-26°C Drizzle. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...