Eza ayanyelela amaChilli Boys

2013-02-18 07:10

Cape Town - IChippa United izitakule emsileni wePremiership ngokushaya iBlack Leopards ngo 3-1, emdlalweni obanjelwe enkundleni yezemidlalo iPhilippi Stadium, ngesonto.

Lo mdlalo wamaChilli Boya bewungowokuqala ngaphansi komqeqeshi uWilfred Mugeyi, othi ezakhe zidlale umdlalo omuhle kakhulu.

Iqembu likunombolo-14 ngenhla komkhaya walo i-Ajax Cape Town naMaZulu.

Abadlali abashayele iChilli Boys amagoli kube Masibusane Zongo, Welcome Qalanto kanye noPetrus Ngebo, ovalele elokugcina.

Ele Leopards lishaywe nguDavid Zulu.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-16°C Sunny. Cool. Pta: 6-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-18°C Sunny. Mild. Bloem: 4-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-20°C a few showers. Afternoon clouds. Cool. PE: 12-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...