Elakuleli ekusingatheni eyeCommonwealth

2011-06-03 07:30

Johannesburg - Elakuleli lizongenela unjaho wokusingatha imidlalo ye-2022 Commonwealth Games kanjalo neye-2017 World Games, kubika isiteshi somsakazo i-East Coast Radio.

Lokhu kumenyezelwe yilowo ongemengameli wekomiti le-Olympic kuleli, iSascoc, eThekwini, uGideon Sam.

Lokhu kuza nje sekusele izinsuku ezingu-29 leli dolobha lisingathe umhlangano omkhulu waleli komiti.

Lezi zindaba ziza emuva kwesonto iKhabhinethi linqume ukuthi elakuleli ngeke liwungenele umjaho wama-2020 Olympic Games, lathi leyo mali izosetshenziselwa izidingonqangi.

Kodwa uSam uthe kuwumsebenzi wabo ukuthi baqhubeke bangenele imijaho yokusingatha eminye imicimbi.


 

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C a few tstorms. More clouds than sun. Cool. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-19°C Sunny. Mild. Bloem: 4-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-24°C Mostly sunny. Mild. PE: 12-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...