Bakhululekile abadlali eNaturena - Katsande

2012-11-29 12:01

Johannesburg - Umdlali ogijima esiswini kuKaizer Chiefs uWillard Katsande uthi kunobudlelwano obukhululekile phakathi kwabadlali nabaphathi babo eNaturena kule sizini.

Ngemuva kokuqala kancane kule sizini, lo mdlali, 26, waseZimbabwe ubukeka esethola ithuba elithe xaxa lokubonakala enkundleni.

Lo mdlali uthi akungabazeki ukuthi usencono kunalokhu afika eyikho ngesikhathi ephuma ku-Ajax Cape Town ngo-2011.

"Ngibona sengathi ngidlala kahle kakhulu kule sizini. Ngiyaqhubeka nokuzimisela njengoba ngifuna ukuba ngumdlali ongcono kunalo engiwuye manje," esho ku-website yeqembu.

"Abadlali bakhululekile ukuthi bazwakalise izimvo zabo kubaqeqeshi kanjalo nangendlela abazizwa ngayo," esho.

"Siyadlala, sihleke ndawonye futhi uma sekuziwa ngasemsebenzini sikhuphula amasokisi."



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 


- News24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Morning clouds. Cool. Pta: 5-18°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 2-12°C Morning clouds. Cool.
Dbn: 9-22°C Sunny. Cool. PE: 14-16°C Passing showers. Breaks of sun late. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...