Asiyisabi iLibolo – Lekgwathi

2012-03-02 16:20

Johannesburg – Ukaputeni we-Orlando Pirates, uLucky Lekgwathi uthi bazimisele phambili ko mdlalo weCAF Champions League neRecreativo do Libolo yase-Angola, kubika iFootball365.co.za.

IPirates ishaywe ngo-3-1 emdlalweni wokuqala abawudlale eNelson Mandela Bay Stadium eBhayi.

Futhi, njengoba kufuneka bebuyile, uLekgwathi uthi bazimisele, futhi abasabi.

"Umdlalo omkhulu, futhi asikho isikhathi sokubasaba..."

"Isikhathi sempi sesifikile. Sizongena ebaleni, sizame ukubashaya ngakho konke esinakho. Asibasabi ngoba sizobe sidlala enkundleni yabo. Singabashaya, kodwa kuzofuneka siphephe," kusho ukaputeni weqembu, uLekgwathi.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C a few tstorms. More clouds than sun. Cool. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-19°C Sunny. Mild. Bloem: 4-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-24°C Mostly sunny. Mild. PE: 12-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...