Asiyisabi i-Ivory Coast – Mali

2012-02-08 09:45

Cape Town – Umqeqeshi weqembu lesizwe laseMali, u-Alain Giresse uthi abadlali bakhe abayisabi i-Ivory Coast phambili ko mdlalo wabo wokungenela owanqamu we-Africa Cup of Nations ka-2012 ngoLwesithathu, kubika iFootball365.co.za.

Iqembu lika Giresse lishaye labo ababambise le midlalo, iGabon ukuze bangene emdlalweni wokungenela owamanqamu.

I-Ivory Coast, iqembu eliyintandokazi kulomqhudelwano selinqobe yonke imidlalo yabo, futhi inabadlali abahamba phambili abafana noYaya Toure kanye noDidier Drogba.

"Kufuneka sihlale sizithobile, kodwa lokhu akusho ukuthi asinakho ukuzimisela," ushilo uGiresse ekhuluma neStade de l'Amitie ngoLwesibili.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Sunny. Mild. Pta: 17-30°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Passing showers. More sun than clouds. Mild. Bloem: 15-21°C Rain showers. Mostly cloudy. Mild.
Dbn: 18-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 16-20°C Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...