Anginalo noluncane uvalo - Baxter

2012-11-20 08:00

Johannesburg - Umqeqeshi weKaizer Chiefs uStuart Baxter uyagcizelela ekutheni akanayo ingebhe emaqenjini angezansi kwabo njengoba amaKhosi ezimisele ngokuqhubeka ngegiya lawo, kubika iKickOff.com.

Uthi lokho kuzobaqinisekisa indawo yabo esicongweni yize kuzoqala imidlalo yaphakathi nesonto kusihlwa.

IChiefs solokhu yazihola kusukela ngomdlalo wokuvula ngesikhathi ithela aMaZulu ngehlazo lamagoli ayisithupha.

AmaKhosi ahamba phambili ngamaphuzu amane ngaphambi kwezimbangi zakudala i-Orlando Pirates, njengoba bezohlangana ngoDisemba 8 emdlalweni obhekwe ngabomvu.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-22°C Sunny. Mild. Pta: 18-29°C Tstorms late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-24°C Showers late. Broken clouds. Mild. Bloem: 16-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-26°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-27°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...